Ujobe 24:22-25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

22. Uyadonsa namaqhawe ngamandla akhe;uyavuka; akakho osenethemba lokuphila.

23. UNkulunkulu uyamnika ukuba alondeke, asekelwe;kepha amehlo akhe aphezu kwezindlela zabo.

24. Bayaphakanyiswa;emva kwesikhashana abasekho;bayaphela njengabanye, bafe;babuna njengezihloko zezikhwebu.

25. “Uma kungenjalo,ngubani ongangenza onamanga,awenze ize amazwi ami, na?”

Ujobe 24