Ujobe 22:15-18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. Uyakugcina indlela yamandulo eyahanjwa yizoni na?

16. Yizo ezahlwitha kungakabi yisikhathi,ezisisekelo sazo sathululwa njengomfula,

17. nezathi kuNkulunkulu: ‘Suka kithina,ngokuba uSomandla ubeyakwenzani kubo na?’

18. Kepha nguye owayegcwalisa izindlu zabo ngokuhle.Amasu ababi akude nami.

Ujobe 22