Ujobe 18:16-19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

16. Izimpande zakhe ziyakoma ngaphansi;phezulu kuyabuna amagatsha akhe.

17. Ukukhunjulwa kwakhe kuyakuphela emhlabeni,angabi negama ezweni.

18. Uyakukhishwa ekukhanyeni, aqhutshelwe ebumnyameni,axoshwe ezweni.

19. Akayikuba nandodana namzukulwana phakathi kwabantu bakhe;akuyikuba khona lapho egogobala khona.

Ujobe 18