Ujobe 16:18-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

18. Mhlaba, ungathukusi igazi lami;ukukhala kwami makungabi nandawo.

19. Namanje bheka,ufakazi wami usezulwini;ummeli wami usezindaweni eziphakemeyo.

20. Abangane bami bayangiklolodela;iso lami liphophoza izinyembezi kuNkulunkulu

21. ukuba amphikele umuntu kuNkulunkulunendodana yomuntu kumakhelwane wayo.

22. Ngokuba iyingcosana iminyaka eyakubalwa,ngingakahambi indlela engingayikubuya kuyo.

Ujobe 16