Ujobe 12:13-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

13. “Kuyena kukhona ukuhlakanipha namandla;unesu nokuqonda.

14. Bheka, uyadiliza, kungabe kusakhiwa;uyavalela umuntu, kungabe kusavulwa.

15. Bheka, uyavimba amanzi, ashe;uyawathumela agumbuqele umhlaba.

16. Kuye kukhona amandla nokusizwa;odukisiweyo nodukileyo bakuye.

Ujobe 12