Ujobe 11:19-20 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Uyakulala, ungethuswa muntu;abaningi bayakuzincengela kuwe.

20. Kepha amehlo ababi ayakufiphala;abayikuba nandawo yokuphephela;ithemba labo liyakuba ngukuphuma komphefumulo.”

Ujobe 11