Ujobe 10:4-8 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Amehlo enyama unawo na?Uyabona njengabantu na?

5. Imihla yakho injengemihla yomuntu na?Neminyaka yakho injengezinsuku zabantu na?

6. lokhu ufuna ukona kimi,ufunisisa isono sami,

7. noma ukwazi ukuthi angimubinokuthi akakho ongophula esandleni sakho.

8. Izandla zakho zingibumbile,zangenza ngokupheleleyo nxazonke;nokho uyangichitha.

Ujobe 10