Ujobe 1:20-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

20. Wayesesukuma uJobe, waklebhula ingubo yakhe, waphucula ikhanda lakhe, wawela emhlabathini, wakhuleka,

21. wathi:“Ngaphuma ngize esizalweni sikamame;ngiyakubuyela khona ngize;uJehova wapha, uJehova uthathile;malibongwe igama likaJehova.”

22. Kukho konke lokho uJobe akonanga, akamthelanga uNkulunkulu okubi.

Ujobe 1