Ukuthimula kwamahhashi akhe kuyezwakala kwaDani;ngezwi lokuyiyiza kwanamandla akheizwe lonke liyathuthumela,ngokuba afikile,alidlile izwe nakho konke okukulo,umuzi nabakhe kuwo.”