Ujeremiya 6:26-28 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. Ndodakazi yabantu bami,bhinca indwangu yamasaka,uhuquzele emlotheni,wenze isililo njengesendodana eyodwa,ukukhala okumunyu,ngokuba umphangi uyakusehlela masinyane.

27. “Ngikubekile ukuba ube ngumhlolinenqaba phakathi kwabantu bami,wazi, uhlole indlela yabo.

28. Bahlubukile bonke nokuhlubuka,behamba behleba;bayithusi nensimbi,bangabachithi bonke.

Ujeremiya 6