Ujeremiya 52:4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Kwathi ngomnyaka wesishiyagalolunye wokubusa kwakhe ngenyanga yeshumi, ngolweshumi lwenyanga, kwafika uNebukadinesari, inkosi yaseBabele, yena nayo yonke impi yakhe, eJerusalema, wamisa malungana nalo, bakha inqaba ngakulo nxazonke.

Ujeremiya 52

Ujeremiya 52:1-10