Ujeremiya 52:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. USedekiya wayeneminyaka engamashumi amabili nanye ekuqaleni kwakhe ukubusa, wabusa iminyaka eyishumi nanye eJerusalema; igama likanina lalinguHamuthali indodakazi kaJeremiya waseLibina.

2. Wenza okubi emehlweni kaJehova njengakho konke akwenzileyo uJehoyakimi.

Ujeremiya 52