Ngalokho ingonyama yasehlathini iyakubashaya,babhujiswe yimpisi yasehlane,ingwe iyiqamekele imizi yabo,badatshulwe bonke abaphuma kuyo,ngokuba iziphambeko zabo ziningi,nokuhlehla kwabo kwandile.