Kepha mina ngiyakumhlubula u-Esawu,ngambule izindawo zakhe ezichithekileyo, kanakucasha;inzalo yakhe ichithekile,nabafowabo, nabakhelwane bakhe,yena abe engasekho.