5. Ubumpandla bulehlele iGaza;i-Ashikeloni liphelile,insali yesigodi sabo;uyakuzisika kuze kube nini na?
6. “Awu wena nkemba kaJehova,koze kube nini ungathuli na?Buyela emgodleni wakho,uthule, uzole.
7. Ingathula kanjani,lapho iyalezwe nguJehova, na?Uyinqumele i-Ashikeloni nogu lolwandle.”