Ujeremiya 41:2-4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

2. Wayesesuka u-Ishmayeli indodana kaNethaniya namadoda ayishumi ayenaye, bamshaya uGedaliya indodana ka-Ahikamu kaShafani ngenkemba, bambulala, yena inkosi yaseBabele ebimenze umbusi ezweni.

3. U-Ishmayeli wabulala nabo bonke abaJuda ababe naye uGedaliya eMispa, namaKaledi, amadoda empi ayefunyanwa khona.

4. Kwathi ngosuku lwesibili esembulele uGedaliya, kungaziwa muntu,

Ujeremiya 41