Kuyamenyezelwa ukubhujiswa phezu kokubhujiswa,ngokuba izwe lonke liyachithwa.Amatende ami ayachithwa masinyane,nezilenge zami ngokuphazima kweso.