Ujeremiya 34:10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Zalalela zonke izikhulu, nabo bonke abantu ababengene esivumelwaneni ukuba bavumele, kube yilowo nalowo isigqila sakhe, yilowo nalowo isigqilakazi sakhe, ukuba zihambe, zikhululeke, kungabe kusaba khona okhonzisayo; bezwa, bavuma ukuba bahambe.

Ujeremiya 34

Ujeremiya 34:3-13