Ujeremiya 31:4-7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

4. Ngiyakubuye ngikwakhe,wakheke wena ntombi ka-Israyeli;uyakubuye uvunuliswe ngezigubhu zakho,uphumele ekusineni kwabathokozayo.

5. Uyakubuye utshale iziviniezintabeni zaseSamariya;abatshali bayakuzitshala,badle izithelo zazo.

6. Ngokuba kuyakuba khona usukuabayakumemeza ngalo abalindientabeni yakwa-Efrayimi ukuthi:‘Sukani, sikhuphukele eSiyonikuJehova uNkulunkulu wethu.’ ”

7. Ngokuba usho kanje uJehova, uthi:“Hlabelelani kuJakobe ngokujabula,nimemezele inhloko yezizwe,nizwakalise, nidumise nithi:‘Jehova, sindisa abantu bakho,insali yakwa-Israyeli.’

Ujeremiya 31