Usho kanje uJehova, uthi:“Uma izulu lilinganiswa phezulu,nezisekelo zomhlaba zivivinywa ngaphansi,khona mina ngiyakuyilahla yonke inzalo yakwa-Israyelingakho konke abakwenzileyo,” usho uJehova.