“Kuthiwa uma indoda ilahla umkayo,abesemuka abe ngowenye indoda,isayakubuyela kuye na?Lelo zwe belingayikungcoliswa kakhulu na?Kepha wena ofebile nezithandwa eziningiubuyela kimi,” usho uJehova.