Ujeremiya 25:3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

“Kusukela emnyakeni weshumi nantathu kaJosiya indodana ka-Amoni, inkosi yakwaJuda, kuze kube namuhla, le minyaka engamashumi amabili nantathu izwi likaJehova lifikile kimi, ngalikhuluma, ngilisho kini njalonjalo, kepha kanilalelanga.”

Ujeremiya 25

Ujeremiya 25:1-5