Ujeremiya 25:15 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngokuba washo kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli kimi, wathi: “Thatha le ndebe yewayini lokufutheka esandleni sami, uphuzise kuyo zonke izizwe engikuthuma kuzo.

Ujeremiya 25

Ujeremiya 25:11-21