Ujeremiya 19:7 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

“ ‘Ngiyakuchitha kule ndawo amasu akwaJuda naseJerusalema, ngibawise ngenkemba phambi kwezitha zabo, nangesandla sabafuna ukuphila kwabo, nginike izidumbu zabo zibe ngukudla kwezinyoni zezulu nokwezilwane zomhlaba.

Ujeremiya 19

Ujeremiya 19:1-15