Ngalokho usho kanje uJehova, uthi:“Uma ubuya, ngiyakukubuyisa,ume phambi kwami;uma ukhipha okuyigugu kokungamanyala,uyakuba ngumlomo wami;laba bayakubuyela kuwe,kepha wena awuyikubuyela kubo.