Kepha mina nganginjengewundlu eliyiswa ekuhlatshweni; ngangingazi ukuthi bangicebela amacebo, bethi:“Masiwuchithe umuthi kanye nezithelo zawo,simnqume ezweni labaphilayo,igama lakhe lingabe lisakhunjulwa.”