Uhoseya 7:15-16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

15. Mina-ke ngafundisa,ngaqinisa izingalo zabo,nokho baceba okubi ngami.

16. Bayabuyela, kepha hhayi kongaPhezulu,bafana nomnsalo ogejayo;izikhulu ziyakuwa ngenkembangenxa yolaka lolimi lwabo.Lokhu kuyakuba yinhlekiso yabo ezweni laseGibithe.

Uhoseya 7