Uhoseya 2:19-22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

19. Ngiyakuzimisela wena ube ngumkami kuze kube phakade,ngizimisele wena ngokulunga,nangokwahlulela, nangomusa,nangobubele.

20. Ngiyakuzimisela wena ngokuthembeka ube ngumkami;uyakumazi uJehova.

21. “Kuyakuthi ngalolo suku ngiphendule,” usho uJehova,“ngiphendule amazulu,wona aphendule umhlaba.

22. Umhlaba uyakuphendula amabele,newayini elisha, namafutha,khona kuphendule uJizreyeli.

Uhoseya 2