Uma iGileyadi linobubi,impela bayakuba ngabachithiwe;uma behlabela izinkunzi eGiligali,ama-altare abo ayakuba njengezinqwabangasemiseleni yamasimu.