Uhoseya 12:1-2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. U-Efrayimi uyadla umoya,ulandela umoya wasempumalanga;uyandisa imihla yonke amanga nencithakalo;benza isivumelwano ne-Asiriya,namafutha ayiswa eGibithe.

2. UJehova unokuphikisana noJuda futhi;uyakuhambela uJakobe ngenxa yezindlela zakhe,ambuyisele ngokwezenzo zakhe.

Uhoseya 12