Uhezekeli 8:2 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngase ngibona, bheka, kwakunjengokubonakala komlilo; kusukela kokungathi ukhalo kuya phansi kwakungumlilo, kusukela okhalweni kuya phezulu kwakunjengokukhazimula nanjengethusi elimenyezelayo.

Uhezekeli 8

Uhezekeli 8:1-12