Ngokuba umthengisi akayikubuyela kokuthengisiweyo, nakuba esekhona phakathi kwabaphilayo, ngokuba umbono wesixuku sonke awuyikubuya, futhi akuyikubakho muntu ongabambelela ekuphileni ngenxa yobubi bakhe.