Uhezekeli 48:11 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Uyakuba ngowabapristi, abangcwelisiweyo bamadodana kaSadoki, abagcine inkonzo yami; abadukanga lapho beduka abantwana bakwa-Israyeli, njengalokho aduka amaLevi.

Uhezekeli 48

Uhezekeli 48:4-15