Uhezekeli 47:18 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

“Uhlangothi lwasempumalanga, kusukela phakathi kweHawurana neDamaseku, naphakathi kwelakwaGileyadi nezwe lakwa-Israyeli, luyakuba yiJordani; lusukela kulo mkhawulo, luze lube selwandle lwasempumalanga naseTamari. Lolu luluhlangothi lwasempumalanga.

Uhezekeli 47

Uhezekeli 47:12-23