Uhezekeli 43:14 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

kusukela esinqeni emhlabathini kuze kube sonqenqemeni oluphansi kwakuyizingalo ezimbili, ububanzi buyingalo; kusukela onqenqemeni oluncane kuze kube sonqenqemeni olukhulu kwakuyizingalo ezine, ububanzi buyingalo.

Uhezekeli 43

Uhezekeli 43:6-21