Lapho abapristi bengena, abayikuphuma endaweni engcwele ukuya egcekeni elingaphandle, kepha bayakubeka lapho izambatho zabo abakhonze ngazo, ngokuba bayingcwele; bayakwembatha ezinye izingubo, basondele kulokhu okungokwabantu.”