Uhezekeli 41:25-26 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

25. Kwakwenziwe kuzo, ezivalweni zethempeli, amakherubi* namasundu njengokwenziwe ezindongeni; kwakukhona isivikelo somuthi phezu kompheme ngaphandle.

26. Kwakukhona amafasitele avaliweyo namasundu ngalapha nangalapha emaceleni ompheme, nasemakamelweni ezinhlangothi zendlu, nasesivikelweni.

Uhezekeli 41