Uhezekeli 41:22 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

I-altare lalingumuthi, ukuphakama kwalo kuyizingalo ezintathu, nobude balo buyizingalo ezimbili; lalinamagumbi; ubude balo nezindonga zalo kwakungumuthi; wathi kimi: “Lokhu kuyitafula eliyakuba ngaphambi kukaJehova.”

Uhezekeli 41

Uhezekeli 41:14-26