Uhezekeli 40:16 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Kwakukhona amafasitele avaliweyo, kuwo amakamelo nakuzo izinsika ngaphakathi kwesango nxazonke, kanjalo nakuyo imengamo; kwakukhona amafasitele nxazonke ngaphakathi namasundu ezinsikeni.

Uhezekeli 40

Uhezekeli 40:7-24