Uhezekeli 32:25 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Phakathi kwabagwaziweyo balibekele umbhede kanye naso sonke isixuku salo, amathuna aso engakulo nxazonke, bonke balo bengabangasokile, bebulewe ngenkemba, ngokuba kwabangwa ukuba besatshwe ezweni labaphilayo; sebethwala amahloni abo kanye nabehlela egodini; yebo, libekiwe phakathi kwababuleweyo.

Uhezekeli 32

Uhezekeli 32:18-32