Uhezekeli 31:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Kwathi ngomnyaka weshumi nanye ngenyanga yesithathu ngolokuqala lwenyanga lafika kimi izwi likaJehova, lathi:

2. “Ndodana yomuntu, thana kuFaro inkosi yaseGibithe nasesixukwini sakhe:“ ‘Ufana nobani ebukhulwini bakho na?

3. Bheka, ungumkhoba,ungumsedari* waseLebanoni;unamagatsha amahle,namaqabunga anomthunzi,nesiqu esiphakemeyo;isihloko sawo siphakathi kwamafu.

Uhezekeli 31