Ngiyakukulahla ehlane,wena nazo zonke izinhlanzi zemifula yakho,uwe ebusweni bomhlabathi;awuyikubuthwa, ulandwe;ngiyakukunika ube ngukudla kwezilwane zomhlabanokwezinyoni zezulu.