33. Ekuphumeni kwempahla yakho elwandlewasuthisa abantu abaningi;ngobuningi bengcebo yakho nempahla yakhowacebisa amakhosi omhlaba.
34. Ngesikhathi sokwaphulwa kwakho ngamanziekujuleni kolwandleimpahla yakho naso sonke isixuku sakho kwawela phakathi kwakho.
35. Bonke abakhileyo eziqhingini bamangala ngawe;amakhosi azo ayaqhakanyeka,aphaphatheke ebusweni.