Uhezekeli 27:28-30 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

28. Ngezwi lokukhala kwabashayeli bakho amaza ayazamazama.

29. Bonke ababambe amaphini,amatilosi* nabo bonke abashayeli baselwandle,bayakwehla emikhunjini yabo,beme emhlabathini,

30. bezwakalise izwi labo phezu kwakho,bakhale ngomunyu,bathele uthuli emakhanda abo,bahuquzele emlotheni,

Uhezekeli 27