Uhezekeli 27:1-3 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

1. Izwi likaJehova lafika kimi, lathi:

2. “Wena ndodana yomuntu, yenza isililiselo ngeTire,

3. uthi kulo iTire: Wena ohlala ekungeneni kolwandle, ongumthengi wabantu eziqhingini eziningi, iNkosi uJehova isho kanje, ithi:“ ‘Tire, wena ushilo ukuthi:“Ngiphelele ebuhleni.”

Uhezekeli 27