Uhezekeli 24:26-27 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

26. ngalolo suku obalekayo uyakufika kuwe, akuzwise lokhu ngezindlebe zakho, na?

27. Ngalolo suku umlomo wakho uyakuvulwa kobalekileyo; wena uyakukhuluma, ungabe usaba yisimungulu; uyakuba yisibonakaliso kubo, bazi ukuthi nginguJehova.”

Uhezekeli 24