Uhezekeli 20:47 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

uthi kulo ihlathi laseningizimu: ‘Yizwa izwi likaJehova elithi: Isho kanje iNkosi uJehova, ithi: Bheka, ngiyakuphemba umlilo kuwe, udle yonke imithi eluhlaza kuwe nayo yonke imithi eyomileyo, ilangabi elivuthayo lingacimeki, kuhwamuke ngalo bonke ubuso kusukela eningizimu kuye enyakatho.

Uhezekeli 20

Uhezekeli 20:39-48