Uhezekeli 10:8-10 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

8. Kwabonakala kuwo amakherubi isimo sesandla somuntu phansi kwamaphiko awo.

9. Ngabona, bheka, nanko amasondo amane eceleni kwamakherubi, elinye isondo eceleni kwelinye ikherubi nelinye isondo eceleni kwelinye ikherubi; ukubonakala kwamasondo kwakunjengetshe lekrisolithe.*

10. Kungathi omane ayenesimo sinye, njengalokho kwakukhona isondo phakathi kwesondo.

Uhezekeli 10