Uhezekeli 10:19 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Amakherubi aphakamisa amaphiko awo, enyuka emhlabathini phambi kwamehlo ami ekuphumeni kwawo, amasondo eseceleni kwawo; ema ngasesivalweni sesango lasempumalanga lendlu kaJehova; inkazimulo kaNkulunkulu ka-Israyeli yayiphezu kwawo.

Uhezekeli 10

Uhezekeli 10:9-22