Uhezekeli 1:4 Ibhayibheli Elingcwele (ZUL59)

Ngabona, bheka, kwavela umoya wesivunguvungu enyakatho, ifu elikhulu elinomlilo ovuthayo nokukhanya nxazonke zalo, kuphuma phakathi kwalo kungathi ithusi elikhazimulayo, kuvela emlilweni.

Uhezekeli 1

Uhezekeli 1:1-7